U-Isaya 42:2-5

U-Isaya 42:2-5 ZUL59

Akayikukhala, adazuluke, angezwakalisi izwi lakhe ezitaladini. Umhlanga ofecekileyo akayikuwaphula, umongo othunqayo akayikuwucima; uyakukhipha ukwahlulela ngeqiniso. Akayikudangala, aphele amandla, aze amise ukwahlulela emhlabeni; neziqhingi ziyakuhlalela umthetho wakhe.” Usho kanje uNkulunkulu uJehova owadala izulu, waleneka, nowawendlala umhlaba nokuvela kuwo, nowanika abantu abakuwo ukuphefumula nomoya kwabahamba kuwo, uthi

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne U-Isaya 42:2-5