U-Isaya 1:18-20

U-Isaya 1:18-20 ZUL59

“Wozani-ke, sithethe indaba,” usho uJehova; “noma izono zenu zibomvu kakhulu, ziyakuba mhlophe njengeqhwa; noma zibomvu njengokububende, ziyakuba njengoboya bezimvu. Uma nivuma, nilalela, niyakudla okuhle kwezwe; kepha uma nala, nihlubuka, niyakudliwa yinkemba,” ngokuba umlomo kaJehova ukhulumile.

Funda U-Isaya 1