KumaHeberu 11:11-12

KumaHeberu 11:11-12 ZUL59

Ngokukholwa naye uSara uqobo wathola amandla okukhulelwa esedlulelwe yisikhathi, ngokuba wathi ukholekile owethembisayo. Ngakho-ke kwavela koyedwa, yena enjengosewafa, abangangezinkanyezi zezulu ngobuningi, bengangesihlabathi esisogwini lolwandle esingenakubalwa.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KumaHeberu 11:11-12