UHagayi 1:8-9

UHagayi 1:8-9 ZUL59

Khuphukelani entabeni, nilethe imithi, nakhe indlu; ngiyakuyenamela, ngikhazimuliswe,” usho uJehova. “Nabheka okuningi; bhekani, kwaphenduka okuncane; lapho nakuletha ekhaya, ngakuphephetha. Ngani na?” usho uJehova Sebawoti. “Ngenxa yendlu yami eyize, nina nisagijimela, kube yilowo nalowo endlini yakhe.

Funda UHagayi 1

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UHagayi 1:8-9