KwabaseGalathiya 5:22-23

KwabaseGalathiya 5:22-23 ZUL59

Kepha izithelo zikaMoya ziluthando, nokujabula, nokuthula, nokubekezela, nobubele, nobuvi, nokukholeka, nobumnene, nokuzithiba. Akukho mthetho omelana nokunjalo.