UHezekeli 43:4-5

UHezekeli 43:4-5 ZUL59

Inkazimulo kaJehova yangena endlini ngendlela yesango elibheke ngasempumalanga. UMoya wangiphakamisa, wangingenisa egcekeni elingaphakathi; bheka, inkazimulo kaJehova yayigcwalisa indlu.