U-Eksodusi 21:23-25

U-Eksodusi 21:23-25 ZUL59

Uma kuvela ingozi, wokwenana ukuphila ngokuphila: iso ngeso, izinyo ngezinyo, isandla ngesandla, unyawo ngonyawo, ukushiswa ngokushiswa, inxeba ngenxeba, umvimbo ngomvimbo.