U-Eksodusi 20:3-6

U-Eksodusi 20:3-6 ZUL59

“Ungabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwami. “Ungazenzeli izithombe ezibaziweyo, namfanekiso wokusezulwini ngaphezulu, nowokusemhlabeni phansi, nowokusemanzini phansi komhlaba; ungazikhothameli, ungazikhonzi, ngokuba mina Jehova uNkulunkulu wakho nginguNkulunkulu onomhawu, ngihambela ububi bawoyise kubantwana kuso isizukulwane sesithathu nesesine sabangizondayo, kepha ngibenzela umusa abayizinkulungwane abangithandayo, bagcine imiyalelo yami.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne U-Eksodusi 20:3-6