U-Eksodusi 13:21-22

U-Eksodusi 13:21-22 ZUL59

UJehova wahamba phambi kwabo emini ngensika yefu eyobahola endleleni, nasebusuku ngensika yomlilo eyobakhanyisela ukuba bahambe imini nobusuku. Insika yefu emini nensika yomlilo ebusuku ayisukanga ebusweni babantu.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne U-Eksodusi 13:21-22