UmShumayeli 7:11-12

UmShumayeli 7:11-12 ZUL59

Ukuhlakanipha kuhle njengefa, yebo, kunenzuzo kwabalibonayo ilanga, ngokuba kusemthunzini wokuhlakanipha njengasemthunzini wemali, kepha inzuzo yokwazi ingeyokuba ukuhlakanipha kulondoloza ukuphila kwalowo onakho.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UmShumayeli 7:11-12