UmShumayeli 2:4-6

UmShumayeli 2:4-6 ZUL59

Ngazenzela imisebenzi emikhulu, ngazakhela izindlu, ngazitshalela izivini, ngazenzela izivande namahlathi, ngatshala khona imithi enezithelo zezinhlobo zonke, ngazenzela amachibi amanzi ukuba kuniselwe ngawo ihlathi lemithi emilayo.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UmShumayeli 2:4-6

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo