IzEnzo 20:33-35

IzEnzo 20:33-35 ZUL59

Angifisanga siliva lamuntu, nagolide, nangubo; nina niyazi ukuthi lezi zandla zasebenzela izinswelo zami nezababe nami. Kukho konke ngangikhombisa ukuthi kumelwe ukuba nisize ababuthakathaka ngokusebenza okunje, nikhumbule futhi amazwi eNkosi uJesu ukuba yena wathi: ‘Kubusisekile ukupha kunokwamukela.’ ”

Funda IzEnzo 20

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IzEnzo 20:33-35