IzEnzo 13:1-3

IzEnzo 13:1-3 ZUL59

Kwakukhona e-Antiyokiya ebandleni lakhona abaprofethi nabafundisi: oBarnaba, noSimeyoni othiwa uNigeri, noLukiyu waseKhurene, noManayeni owayondliwe kanye noHerode umtetrarki,* noSawulu. Kwathi bekhonza iNkosi, bezila, uMoya oNgcwele wathi: “Ngahlukaniseleni oBarnaba noSawulu ukuba baye emsebenzini engibabizele wona.” Khona bazila ukudla bakhuleka, babeka izandla phezu kwabo, babamukisa.

Funda IzEnzo 13