2 kwabaseThesalonika 3:10-12

2 kwabaseThesalonika 3:10-12 ZUL59

Ngokuba nalapho sisekini, saniyala ngalokhu ukuthi: “Uma umuntu engathandi ukusebenza, makangadli.” Ngokuba sizwa ukuthi abanye phakathi kwenu bahamba ngokungafanele, bengasebenzi lutho, kepha benza okuyize nje; abanjalo siyabayala sibaluleka eNkosini uJesu Kristu ukuba basebenze ngokuthula, badle esabo isinkwa.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 2 kwabaseThesalonika 3:10-12