Kepha siyanazisa, bazalwane, ngomusa kaNkulunkulu awuphiweyo amabandla aseMakedoniya ukuthi ekuvivinyweni okukhulu kosizi ukuthokoza kwawo okuvamileyo nobumpofu bawo obukhulu kwenza ukuba avame kakhulu ekuphaneni okupheleleyo; ngokuba ngokwawo anikela njengamandla awo, yebo, ngiyafakaza ngithi, nangaphezu kwamandla awo; asinxusa kakhulu ecela umusa wokuhlanganyela ekukhonzeni abangcwele; futhi akubanga njengokwethemba kwethu kuphela, kepha bazinikela bona uqobo kuqala eNkosini nakithi futhi ngentando kaNkulunkulu
Funda 2 kwabaseKorinte 8
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 2 kwabaseKorinte 8:1-5
5 Days
You were created to be a vibrant show-and-tell of all that God is. Your heart, and therefore your life, was made for unseasonable abundance and for radiant delight. As you dig deeply into the promises in God’s Word, your life will display the abundance of the Father.
14 Days
Dive deeper. Swim farther. This 14 day reading plan for teens helps take your spirituality to the next level. You will have the opportunity to dive into God's Word and be challenged through daily devotionals along the way.
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo