1 kwabaseThesalonika 5:12-13

1 kwabaseThesalonika 5:12-13 ZUL59

Kepha siyanincenga, bazalwane, ukuba nibazi abakhandlekayo phakathi kwenu, nabaniphetheyo eNkosini, nabanilulekayo, nibazisise kakhulu othandweni ngenxa yomsebenzi wabo. Hlalisanani ngokuthula.