1 kaJohane 2:9-11

1 kaJohane 2:9-11 ZUL59

Lowo othi usekukhanyeni, abe ezonda umzalwane wakhe, usesebumnyameni kuze kube kalokhu. Othanda umzalwane wakhe uhlala ekukhanyeni, akukho sikhubekiso kuye; kepha ozonda umzalwane wakhe usebumnyameni, uhamba ebumnyameni, akazi lapho eya khona, ngokuba ubumnyama buwaphuphuthekisile amehlo akhe.