1 kwabaseKorinte 8:1-3

1 kwabaseKorinte 8:1-3 ZUL59

Maqondana nokuhlatshelwe izithombe siyazi ukuthi sonke sinokwazi. Ukwazi kuyakhukhumeza, kepha uthando luyakha. Uma umuntu ethi wazi utho, kakazi njengokuba kufanele ukuba azi; kepha uma umuntu ethanda uNkulunkulu, yena uyaziwa nguye.