Ngokuba angithandi, bazalwane, ukuba ningazi ukuthi okhokho bethu bonke babephansi kwefu, bonke badabula ulwandle; bonke baphapathizwa kuMose efwini naselwandle; bonke badla kudla kunye komoya; bonke baphuza kuphuza kunye komoya; ngokuba baphuza edwaleni lomoya elabalandelayo. Idwala lelo lalinguKristu. Kepha iningi labo uNkulunkulu wayengathokozi ngabo; ngokuba bashaywa phansi ehlane. Kepha lokho kwaba yizibonelo kithi, size singafisi okubi, njengalokho bona babekufisa.
Funda 1 kwabaseKorinte 10
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 kwabaseKorinte 10:1-6
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo