1
KwabaseGalathiya 6:9
Contemporary Zulu Bible 2024
Masingakhathali ekwenzeni okuhle, ngokuba siyakuvuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali.
Qhathanisa
Hlola KwabaseGalathiya 6:9
2
KwabaseGalathiya 6:10
Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke, ikakhulu kwabendlu yokukholwa.
Hlola KwabaseGalathiya 6:10
3
KwabaseGalathiya 6:2
Thwalisanani imithwalo yenu, kanjalo nigcwalise umthetho kaKristu.
Hlola KwabaseGalathiya 6:2
4
KwabaseGalathiya 6:7
Ningakhohliswa; UNkulunkulu akahlekwa, ngokuba lokho akuhlwanyelayo umuntu uyakuvuna kona futhi.
Hlola KwabaseGalathiya 6:7
5
KwabaseGalathiya 6:8
Ngokuba ohlwanyelela enyameni yakhe uyakuvuna ukonakala enyameni; kodwa ohlwanyelela kuMoya uyakuvuna ukuphila okuphakade kuMoya.
Hlola KwabaseGalathiya 6:8
6
KwabaseGalathiya 6:1
Bazalwane, uma umuntu ehlelwa yisiphambeko, nina bomoya mbuyiseni onjalo ngomoya wobumnene; uzinaka wena, funa ulingwe nawe.
Hlola KwabaseGalathiya 6:1
7
KwabaseGalathiya 6:3-5
Ngokuba uma umuntu ezishaya utho, engelutho, uyazikhohlisa. Kodwa yilowo lalowo kahlole owakhe umsebenzi, yikhona ezakuba lokuzibonga yena yedwa, hatshi ngomunye. Ngokuba yilowo nalowo uyakuthwala owakhe umthwalo.
Hlola KwabaseGalathiya 6:3-5
I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo