1
AMahubo 55:22
IsiZulu 2020
Phonsa umthwalo wakho kuSimakade, Yena uzokusimamisa. Akayukuvuma naphakade ukuba olungileyo azanyazanyiswe.
Qhathanisa
Hlola AMahubo 55:22
2
AMahubo 55:17
Ekuseni, emini nantambama ngizokhala kuye, ngibubule, uzolizwa izwi lami.
Hlola AMahubo 55:17
3
AMahubo 55:23
Wena Nkulunkulu uzobaphonsa emgodini ojulileyo abantu abomele igazi nabakhohlisayo; izinsuku zabo zokuphila aziyukuba ngisho nayingxenye yazo, kodwa mina ngizokwethemba Wena.
Hlola AMahubo 55:23
4
AMahubo 55:16
Kepha mina ngizokhala kuNkulunkulu uSimakade, uzongisindisa.
Hlola AMahubo 55:16
5
AMahubo 55:18
Uyakuwukhulula umphefumulo wami ngokuthula, empini engibhekene nayo, ngokuba baningi abamelene nami.
Hlola AMahubo 55:18
6
AMahubo 55:1
Nkulunkulu, lalela umkhuleko wami, ungazifihli ekunxuseni kwami.
Hlola AMahubo 55:1
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo