1
UMalakhi 4:5-6
IsiZulu 2020
“Niyabona-ke, ngiyakunithumelela u-Eliya umphrofethi, lungakafiki usuku lukaSimakade olukhulu nolwesabekayo. Uyophendula izinhliziyo zoyise kubantwana nezinhliziyo zabantwana koyise; funa ngifike ngishaye izwe ngiliqothule.”
Qhathanisa
Hlola UMalakhi 4:5-6
2
UMalakhi 4:1
“Phela bhekani nje, luyeza usuku, luvutha njengeziko. Bonke abazigqajayo nabo bonke abenza okubi bayakuba ngamabibi. Lolo lusuku oluzayo luyakubashisa, aluyukubashiyela mpande nagatsha,” kusho uSimakade Wamabandla.
Hlola UMalakhi 4:1
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo