1
AmaHubo 142:5
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Ngikhala kuwe Jehova, ngithi: “Wena uyisiphephelo sami nesabelo sami ezweni labaphilayo.”
Qhathanisa
Hlola AmaHubo 142:5
2
AmaHubo 142:7
Khipha umphefumulo wami etilongweni ukuba ngibonge igama lakho; abalungileyo bayakungizungeza, ngokuba uyakungiphatha kahle.
Hlola AmaHubo 142:7
3
AmaHubo 142:3
Lapho umoya wami udangala phakathi kwami, wena uyawazi umkhondo wami; endleleni engihamba ngayo bangifihlele ugibe.
Hlola AmaHubo 142:3
4
AmaHubo 142:1
Ngiyakhala kuJehova ngezwi lami, ngincenga uJehova ngezwi lami.
Hlola AmaHubo 142:1
5
AmaHubo 142:6
Lalela ukukhala kwami, ngokuba ngicindezelekile kakhulu; ngikhulule kubo abangizingelayo, ngokuba banamandla kunami.
Hlola AmaHubo 142:6
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo