Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KwabaseRoma 10:17
Ukukholwa
Izinsuku eziwu 12
Ingabe ukubona kusho ukukholwa? Noma Ukukholwa kusho ukubona? Lena yimibuzo yenkolo. Loluhlelo lunikeza ukufunda okujulile ngokholo - kusukela kwizindaba zetestamente elidala ngabantu bangempela ababonisa isibindi sokholo ezimweni ezinzima kuze kufike ezimfundisweni za Jesu ngaloludaba. Ekufundeni kwakho, uzokhuthazwa ukuthi uqinise ubuhlobo bakho no Nkulunkulu nokuthi ube ngumlandeli wa Jesu othembekile.
Vula Esimeni Esiphuthumayo
Izinsuku eziwu 14
Sonke sike sadlula kwesinye sezivunguvungu zokuphila, siphakathi kwesivunguvungu njengamanje, noma sizobhekana nesinye sezivunguvungu zempilo esikhathini esizayo esiseduze. Lokhu kuzinikela kwezinsuku ezingu-14 kuzokukhumbuza ukuthi uJesu ulawula zonke izivunguvungu. Ngoba izithombe ziwulimi lwekhulunyaka lama-21”, ukuzinikela ngakunye kusebenzisa izithombe zoqobo ukuchaza ukuzinikela nokujulisa umthelela wako.