Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 7:11
![Izinsuku Eziyisithupha Zamagama KaNkulunkulu](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F8726%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Izinsuku Eziyisithupha Zamagama KaNkulunkulu
Izinsuku ezi-6
Emagameni amaningi kaNkulunkulu, usembulele izici zesimo Sakhe kanye nemvelo Yakhe. Ngalé kukaYise, iNdodana, noMoya oNgcwele, iBhayibheli libonisa amagama kaNkulunkulu ahlukahlukene angaphezu kuka-80. Okunikezwe lapha amagama ayisithupha nezincazelo zawo ukusiza ikholwa lisondele kuNkulunkulu Oyedwa Weqiniso. Izingcaphuno ezivela ku-Experience of the Power of Gods Names: A Life-Giving Devotional, nguDkt. Tony Evans. Eugene, NOMA: Harvest House Publishers, 2017.
![Uthando Olumangazayo noFrancis Chan](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F1285%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Uthando Olumangazayo noFrancis Chan
Izinsuku ezingu-7
Kuthathwe encwadini yakhe ethengiswa kakhulu ye-New York Times ethi "Uthando Olumangazayo," uFrancis Chan uhlolisisa uthando lukaNkulunkulu olumangalisayo ngathi, nokuthi impendulo yethu efanele othandweni olunjalo kufanele ibukeke kanjani. Kodwa akagcini lapho, usibekela inselele yokuba sizindle ngobukhulu bukaNkulunkulu kanye nomehluko omkhulu phakathi kobukhosi Bakhe baphakade nokuphila kwethu kwesikhashana lapha emhlabeni.
![Ukufuna](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F9245%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukufuna
Izinsuku ezingu-7
Kulolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezingu-7, u-Beth Moore usebenzisa imibuzo evela emiBhalweni ukukuholela ebudlelwaneni obuseduze nalowo okwazi kangcono. Uphawu lokubuza ekugcineni komusho lukhuluma ngelukuluku, isithakazelo, futhi mhlawumbe nokungabaza. Umbuzo uyisimemo sokuba sengozini, ebudlelwaneni. Ibhayibheli alikugwemi ukumenywa okunjalo. Ngokuphindaphindiwe sibona abantu bakaNkulunkulu bebuza imibuzo kuMdali wabo. Sibona futhi uNkulunkulu wendawo yonke ebuza imibuzo ngendalo Yakhe. Usesho luyinselele yokwamukela isimemo. Funda ukumba eZwini, ukuphendula imibuzo kaNkulunkulu, nokuletha imibuzo yakho phambi Kwakhe. Vumela uphawu lokubuza kube ibalazwe elikukhomba ebudlelwaneni obuseduze noBaba.
![Ukujaha Kokungafinyeleleki](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F14957%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukujaha Kokungafinyeleleki
Izinsuku ezingu-7
Sonke sijaha okuthile. Ngokujwayelekile okuthile okungenakufinyelelwa—umsebenzi ongcono, ikhaya elinethezekile, umndeni ophelele, ukuthola imvume kwabanye. Kodwa akukhathalisi yini lokhu? Ingabe ikhona indlela engcono? Thola kulolu hlelo olusha lweBhayibheli lwe-Life.Church, oluhambisana nochungechunge lwemiyalezo kaMfundisi uCraig Groeschel, elithi Chasing Carrots.
![UNkulunkulu unathi](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F17499%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
UNkulunkulu unathi
Izinsuku ezingu-7
Ukhisimusi uyisikhathi sentokozo enkulu, owuphawu lokuzalwa kukaJeau, uMsindisi wethu. Ziningi iziphrofetho ebhayibhelini lilonke ezikhuluma ngokuza kukaJesu, kulesikhathi sokuzinikezela, sizobheka amagama ayisikhombisa uNkulunkulu awasebenzisayo eMbhalweni ukumemezela ukuza kwaKhe. Sizocubungula ukuthi uJesu yena uhlanganiselwe kanjani kwigama ngalinye kulamagama nokufanana kwaloku kithina namhlanje njengasezinsukwini ayehamba ngazo la emhlabeni.
![Ukuphila Okunamandla—Qala Ukuphila Ngempela](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F12967%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukuphila Okunamandla—Qala Ukuphila Ngempela
Izinsuku eziwu 12
uJesu akazange alahle ukuphila Kwakhe okuphelele ukuze ukwazi Ukuphila nje eyakho. Abafana abayisikhombisa—njengawe—babekele eceleni izinsuku ezimbalwa zokwehlisa ijubane, ukuzijabulisa, ukuthola izimpendulo, futhi bakuqophe konke kuvidiyo. Ingabe ukuphila kuwumsebenzi kanye nengcindezi nje? Siphuma kanjani ku-treadmill yokusebenza? Ngingakwazi ukukhululeka ekuluthweni? ngiqala kanjani ukuphila ngempela? Qala lolu hlelo lwebhayibheli lwe-Life.Church nabanye abangani ukuze uthole kabanzi.
![Izingxogxo NoNkulunkulu](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F9143%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Izingxogxo NoNkulunkulu
Izinsuku eziwu 12
Izingxogxo noNkulunkulu zikucwilisa ngokujabulisayo empilwen yomthandazo esondele kakhulu, kugcizelela izindlela ezingokoqobo zokuzwa izwi likaNkulunkulu. Unkulunkulu ufuna sithokozele ingxoxo egijimayo Naye zonke izimpilo zethu — ingxoxo eyenza wonke umehluko ekuqondisweni, ebudlelwaneni nasenhlosweni. Leli cebo ligcwele izindaba ezisobala, zomuntu siqu ngokufinyelela kwenhliziyo kaNkulunkulu. Uyasithanda!
![Zila ukudla njengo Daniyeli](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F10826%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Zila ukudla njengo Daniyeli
Izinsuku ezingu-21
Angikuthandi ukuzila ukudla! Masikhulume iqiniso; akukho lutho olujabulisayo ngokuzincisha ukudla okuthandayo nempilo enethezekile oyijabulelayo. Kungenzeka ngingakuthandi ukuzila ukudla, kodwa ngiyayithanda imiphumela. I-Daniel Fast ISHINTSHE IMPILO YAMI! Uma uzibophezela ekuzileni ukudla futhi ulandele lolu hlelo, luzoshintsha nolwakho. Masimvulele uNkulunkulu indawo kulolu hambo olumangalisayo njengoba sizila NjengoDaniyeli.
![Injabulo! Emhlabeni Wakho! Ukubalwa KukaKhisimusi](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F396%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Injabulo! Emhlabeni Wakho! Ukubalwa KukaKhisimusi
Izinsuku ezingu-25
Ukhisimusi yisikhathi lapho sonke kufanele silindele ukungena kwezulu emhlabeni wethu onothuli, ongcolile. Ukhisimusi yisikhathi esisikhumbuza sonke ukuthi izimangaliso ziyenzeka ngempela, imithandazo iyaphendulwa nokuthi izulu liyimpendulo eyodwa nje. Ngokuhlangenwe nakho kukaMariya, uJoseph, uZakariya no-Elizabeth, umalusi namadoda ahlakaniphileyo, lokhu kuzinikela kuhlola ukubaluleka kukaKhisimusi wokuqala nokuthi uhlangana kanjani nempilo yethu ngayinye namuhla.