Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UGenesise 1:26
![Yilokhu Esikwenzayo](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F3900%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Yilokhu Esikwenzayo
Izinsuku eziwu 4
Uyakwenza lokhu? Lokhu kuvula iminyango futhi kuxazulule izinkinga. Lokhu kukhuthaza abanye ukuthi benze lokhu, futhi-wuhlobo oluhle lokuthelelana. Lapho bexoxa izindaba zethu zokuphila, sifuna bakubeke phezulu lokhu. Sithatheke kanzima ngalokhu. Ngenxa yalokho uNkulunkulu asenzele kona, Yilokhu Esikwenzayo.
![Owesifazane Obalulekile: Ukwazi Ubuwena KuNkulunkulu](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F17133%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Owesifazane Obalulekile: Ukwazi Ubuwena KuNkulunkulu
izinsuku ezingu 5
Izici zethu zangaphandle kanye namakhono ethu akuyona ingqikithi yokuthi singobani futhi akufanele neze kunikezwe izwi elichaza ukuphila kwethu. Kumele sithole indlela uNkulunkulu ahlola ngayo ukubaluleka kwethu namandla eqiniso. Njengowesifazane obalulekile, ukhuthazwa ukuba uvumelane nokuthi uNkulunkulu uthi ungubani! Iqiniso elinamandla ngobuwena yileli: Ngeke uzazi kuze kube yilapho usuzazi kuNkulunkulu.
![Imigomo Yobudlelwano](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F19260%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Imigomo Yobudlelwano
izinsuku ezingu 5
Sesha i-#RelationshipGoals ezinkundleni zokuxhumana, futhi uzothola izithombe ezibonakala ziphelele zabashadile abathandanayo. Kodwa kuthiwani uma umbono wobudlelwano umphakathi wethu owuthengisayo ungamanga? Umfundisi uMichael Todd ubhale Izinjongo Zobudlelwane: Indlela Yokunqoba Ekujoleni, Umshado, kanye Nocansi mayelana nokuba nemigomo yobudlelwano evela kuNkulunkulu futhi ihambisane nalokho Asenze ukuba sibe yikho.
![Ibhayibheli Lathini?](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F22303%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ibhayibheli Lathini?
izinsuku ezingu 5
Uma uke waba nemibuzo ngeBhayibheli, uphakathi kwabantu abahle! Besike saba lapho sonke. Ngezinye izikhathi izingxenye zeBhayibheli zingadida ngempela. Kulolu Hlelo LweBhayibheli, sizoxoxa ngezinye zezindima okungaba nzima ukuziqonda futhi sifunde amacebiso awusizo okuhlola imiBhalo.
![Indlela (okungesiyo) Yokusindisa Umhlaba: Iqiniso Ngokudalula Uthando LukaNkulunkulu Kubantu Abaseduze Kwakho](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F27197%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Indlela (okungesiyo) Yokusindisa Umhlaba: Iqiniso Ngokudalula Uthando LukaNkulunkulu Kubantu Abaseduze Kwakho
izinsuku ezingu 5
Uyafuna yini ukulwela abantu obathandayo futhi ubonise abanye ukuthi bayigugu kangakanani kuNkulunkulu? Kulolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezingu-5, olusekelwe encwadini ka-Hosanna Wong ethi-How (Not) to Save the World, thola amanga akuvimbela ukuba uthande abanye njengoba uNkulunkulu ekubizile. Zinike isikhathi sokuhlola isimemo sikaJesu sokumazi futhi wabelane ngaye nabanye ngesipiliyoni sakho esiyingqayizivele.
![Ukuzijwayeza](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F13743%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukuzijwayeza
Izinsuku ezi-6
Ukushintsha akulula, kodwa kungenzeka, futhi. Ukuqala imikhuba emincane embalwa kungashintsha indlela ozibona ngayo namuhla futhi uguquke ube ngumuntu ofuna ukuba nguye kusasa. Lolu Hlelo lweBhayibheli lwe- Life.Church luhamba emiBhalweni ngesifinyezo esilula sokwenza imikhuba emihle yansuku zonke ehlalayo.
![Limayelana nani iPhasika?](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F19191%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Limayelana nani iPhasika?
Izinsuku ezi-6
Ngesinye isikhathi, indoda yabikezela ukufa Kwayo uqobo. Wabikezela nokuthi wayezofa izinsuku ezintathu kuphela. Futhi Wayeqinisile! Ukufa kukaJesu nokubuyela ekuphileni amaqiniso amangalisayo endaba ye-Easter. AmaKristu asalugubha lolu suku. Kodwa kusho ukuthini konke kuwe? Lolu Hlelo LweBhayibheli luzokusiza uqonde izimfihlakalo nobuhle bePhasika!
![Ukufuna](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F9245%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukufuna
Izinsuku ezingu-7
Kulolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezingu-7, u-Beth Moore usebenzisa imibuzo evela emiBhalweni ukukuholela ebudlelwaneni obuseduze nalowo okwazi kangcono. Uphawu lokubuza ekugcineni komusho lukhuluma ngelukuluku, isithakazelo, futhi mhlawumbe nokungabaza. Umbuzo uyisimemo sokuba sengozini, ebudlelwaneni. Ibhayibheli alikugwemi ukumenywa okunjalo. Ngokuphindaphindiwe sibona abantu bakaNkulunkulu bebuza imibuzo kuMdali wabo. Sibona futhi uNkulunkulu wendawo yonke ebuza imibuzo ngendalo Yakhe. Usesho luyinselele yokwamukela isimemo. Funda ukumba eZwini, ukuphendula imibuzo kaNkulunkulu, nokuletha imibuzo yakho phambi Kwakhe. Vumela uphawu lokubuza kube ibalazwe elikukhomba ebudlelwaneni obuseduze noBaba.
![uJesu Uyangithanda](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F23705%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
uJesu Uyangithanda
Izinsuku ezingu-7
Uma othile ekubuza, "Yini okufanele ngiyikholelwe ukuze ngibe umKristu?" ungathini? Ngokusebenzisa amagama alula engomeni ethandwayo, “uJesu uyangithanda, lokhu ngiyazi, ngoba iBhayibheli lingitshela kanjalo”, intatheli eyaphenduka umfundisi ikusiza ukuthi uqonde ukuthi yini oyikholelwayo nokuthi kungani. Umbhali othengisa kakhulu uJohn S. Dickerson ngokucacile futhi achaza ngokwethembeka izinkolelo zobuKristu ezibalulekile futhi ubonise ngokunamandla ukuthi kungani lezi zinkolelo zibalulekile.
![Isibusiso Sojwayelekile](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F2563%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Isibusiso Sojwayelekile
Izinsuku eziwu 10
Kuthiwani uma umuzwa obeleselayo odinga ukuphila kwakho komoya umangalisa kakhulu ungaveli kuMoya oNgcwele? Lo mzila wenkonzo wembula ukuthi ukuthola ukuthula okudlula ukuqonda akukho emadlelweni angokomoya aluhlaza kodwa kuwukuthola okuluhlaza empilweni yakho yamanje. Hlanganyela nathi ezinsukwini eziyishumi ezizayo njengoba sithola isibusiso kokujwayelekile ngendlela emangalisayo futhi sifunda ukwaneliseka ekuphileni kwethu kwansuku zonke.