← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne U-Eksodusi 4:11
Ukuphila Kushintshile: Ukwethemba uNkulunkulu
izinsuku ezingu 5
Ngisho noma sazi ukuthi uNkulunkulu uthembekile, kungaba nzima ngathi ukuphila sivule izandla futhi simethembe ngokugcwele ngezimpilo zethu. Sifuna ukuqonda ukuthi kungani izinto zenzeka, futhi sifuna ukulawula. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-5 luzokusiza ukuthi ubone okwengeziwe ngokuthi uNkulunkulu ungubani, wenzeni, nokuthi yini ayifunayo kuwe ukuze uqale ukumethemba kakhulu.