Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IzEnzo 13:2

Qala iLenti Ezinyathelweni ZikaJesu
Izinsuku ezi-6
Kule sizini yeLenti, hamba eZweni Elingcwele noDkt. Jim Denison kulokhu kuthandaza kwezinsuku eziyisithupha, kucashunwe encwadini yakhe ethi Ukulandela Ezinyathelweni Zakhe. Kulo mhlahlandlela ocacile nophelele wezimpawu ezimbalwa ezibalulekile zenkolo yobuKristu, cishe uzohamba lapho uJesu ahamba khona futhi ubuye nokwazi okusha ngakho konke uNkulunkulu akwenzile nasaqhubeka ukukwenza emhlabeni wethu.

Ukuthola Ukuphumula Ngezigqi Zokuphila
Izinsuku eziwu 10
Njengoba sinemisebenzi eminingi kanye neziphazamiso ezilwela ukunakwa kwethu, ngokujwayelekile sigcina sisemjikelezweni ongenampilo yokuphumula. Siyalwa futhi sizikhandle ngokumelene nenhloso kaNkulunkulu ngezimpilo zethu futhi sizigqilaze. Lolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezingu-10 luzokwethula ezindleleni zikamoya ezizokusiza ukuthi uthole eNkosini futhi uthole ukuhlanganyela kanye nokusondelana nayo—kanye nokuphumula komphefumulo kwangempela.

Izingxogxo NoNkulunkulu
Izinsuku eziwu 12
Izingxogxo noNkulunkulu zikucwilisa ngokujabulisayo empilwen yomthandazo esondele kakhulu, kugcizelela izindlela ezingokoqobo zokuzwa izwi likaNkulunkulu. Unkulunkulu ufuna sithokozele ingxoxo egijimayo Naye zonke izimpilo zethu — ingxoxo eyenza wonke umehluko ekuqondisweni, ebudlelwaneni nasenhlosweni. Leli cebo ligcwele izindaba ezisobala, zomuntu siqu ngokufinyelela kwenhliziyo kaNkulunkulu. Uyasithanda!