Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 2 kwabaseKorinte 9:11
![Ngiyaphana](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F1882%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ngiyaphana
Izinsuku eziwu 4
Lapho unikela ngokuphila kwakho kuNkulunkulu, wamukela isipho esikhulu kunazo zonke. Lolu Hlelo LweBhayibheli lwezinsuku ezine oluvela ku-Life.Church luzokusiza ukuthi uthole okuwukuphela kwempendulo enengqondo. Qala ukufunda ingxenye yesine yochungechunge oluthi Hlala Unethemba olunezingxenye eziyisithupha.
![Ngikhungathwe Izibusiso Zami (Ingxenye 1)](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F3437%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ngikhungathwe Izibusiso Zami (Ingxenye 1)
izinsuku ezingu 5
Isikhuthazo komama esivela kumama owethule izingane zakhe ezingu-7 futhi waphila ukuze azixoxele ngakho. Lokhu kuyingxenye 1 kwezingu-12 zokuzinikela kulolu chungechunge oluvela kuRobin Meadows!
![Ukuphila Kushintshile: Ukuhlinzekwa](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F21896%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ukuphila Kushintshile: Ukuhlinzekwa
izinsuku ezingu 5
Sikhonza uNkulunkulu ophanayo othembisa ukusinika zonke izidingo zethu. Noma engazinikezi izifiso, usazenza izimangaliso. uNkulunkulu uyakujabulela ukusinikeza izipho ngoba usikhathalela ngokujulile, ngisho nasemininingwaneni emincane kakhulu. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-5 luzohlola izindaba zamalungiselelo kaNkulunkulu, kwakhe ukholo lwakho, futhi likukhuthaze ukuthi ubeke uNkulunkulu kuqala emalini yakho.
![I- Advent engapheliyo yoMndeni, Iviki lesi-2](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F34226%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
I- Advent engapheliyo yoMndeni, Iviki lesi-2
izinsuku ezingu 5
Sigcwele ukulangazelela njengoba sincika kulesi sikhathi sokugubha ngenhloso yokulalela inhliziyo kaNkulunkulu. Hlanganyela nathi amasonto angu-4 njengoba: Sibheka Ubuhle; Sephula Izithiyo; Sivulela Igumbi; futhi Simangazwa nguNkulunkulu. Njengazo zonke izinto ezihamba phambili ekuphileni, lolu hambo luhambeka kahle kakhulu nabanye—ngakho bamba umngani noma ababili kanye nomuzwa wakho wokumangala bese ungena kwi nkathi ye-Advent.
![Ngabe yimalini Eyanele?](/_next/image?url=https%3A%2F%2F%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F22649%2F640x360.jpg&w=1920&q=75)
Ngabe yimalini Eyanele?
Izinsuku ezi-6
Ingabe uke ufune okuthe xaxa? Amateku amaningi. Ama-skateboard amaningi. Uswidi owengeziwe. Imidlalo eminingi. Kungakhathaliseki ukuthi yini oyithandayo, ufuna nje okungaphezulu! Lolu Hlelo LweBhayibheli luzokusiza ufunde ukuthi “kwanele,” futhi likusize ubone ukuthi lapho uphila njengoJesu, ungathola injabulo eyengeziwe ngokubuza ukuthi “Nginganikela ngamalini?” esikhundleni sokuthi “Yimalini engingayithola?”