← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 kwabaseKorinte 1:10

Lapho Udeveli Engqongqoza
izinsuku ezingu 5
Lapho udeveli engqongqoza, awukuzwa njalo. Kunjalo? Uvele anyonyobe emnyango ovuliwe. Ungumkhohlisi, umbhubhisi, nommangaleli ozokwenza noma yini ukufihla uthando neqiniso likaNkulunkulu. Wayengafuni ukuthi kubhalwe lolu hlelo lweBhayibheli lwe-Life.Church, futhi akafuni neze ukuthi wena noma i-LifeGroup yakho niyifunde. Kodwa leyo ngenye impi uNkulunkulu asezoyinqoba.