1
NgokukaJohane 1:12
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Kepha bonke abamamukelayo wabapha amandla okuba babe ngabantwana bakaNkulunkulu, labo abakholwa egameni lakhe
Порівняти
Дослідити NgokukaJohane 1:12
2
NgokukaJohane 1:1
Ekuqaleni wayekhona uLizwi, uLizwi wayekuNkulunkulu, uLizwi wayenguNkulunkulu.
Дослідити NgokukaJohane 1:1
3
NgokukaJohane 1:5
ukukhanya kukhanya ebumnyameni, kepha ubumnyama abukwamukelanga.
Дослідити NgokukaJohane 1:5
4
NgokukaJohane 1:14
ULizwi waba yinyama, wakha phakathi kwethu, sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise, egcwele umusa neqiniso.
Дослідити NgokukaJohane 1:14
5
NgokukaJohane 1:3-4
Konke kwavela ngaye; ngaphandle kwakhe akuvelanga lutho kukho konke okuvelileyo. Ukuphila kwakukuye, ukuphila kwakungukukhanya kwabantu
Дослідити NgokukaJohane 1:3-4
6
NgokukaJohane 1:29
Ngangomuso wabona uJesu eza kuye, wathi: “Bheka, iWundlu likaNkulunkulu elisusa izono zezwe.
Дослідити NgokukaJohane 1:29
7
NgokukaJohane 1:10-11
Wayekhona ezweni, izwe lavela ngaye; kepha izwe alimazanga. Weza kokwakhe, abakhe abamamukelanga.
Дослідити NgokukaJohane 1:10-11
8
NgokukaJohane 1:9
Kwakungukukhanya okuqinisileyo okukhanyisa wonke umuntu, okwase kuza ezweni.
Дослідити NgokukaJohane 1:9
9
NgokukaJohane 1:17
Ngokuba umthetho wanikezwa ngoMose, umusa neqiniso kwavela ngoJesu Kristu.
Дослідити NgokukaJohane 1:17
Головна
Біблія
Плани
Відео