Логотип YouVersion
БібліяПланиВідео
Завантажити додаток
Вибір мови
Іконка пошуку

Популярні біблійні вірші з IzEnzo 5

1

IzEnzo 5:29

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Kepha uPetru nabaphostoli baphendula bathi: “Simelwe ukulalela uNkulunkulu kunabantu.

Порівняти

Дослідити IzEnzo 5:29

2

IzEnzo 5:42

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

abayekanga ukufundisa nokushumayela ivangeli ngoJesu Kristu imihla yonke ethempelini nasemakhaya.

Порівняти

Дослідити IzEnzo 5:42

3

IzEnzo 5:3-5

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Wayesethi uPetru: “Ananiya, kungani ukuba uSathane agcwalise inhliziyo yakho, uqambe amanga kuMoya oNgcwele, ugodle inxenye yemali yezwe, na? Lisekhona belingesilo elakho na? Selithengisiwe belingekho emandleni akho na? Uyibekeleni leyo nto enhliziyweni yakho na? Awuqambanga amanga kubantu kepha kuNkulunkulu.” Kuthe u-Ananiya ezwa lawo mazwi, wawa phansi, wafa, ukwesaba okukhulu kwehlela bonke abezwa lokho.

Порівняти

Дослідити IzEnzo 5:3-5

4

IzEnzo 5:38-39

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Manje-ke ngithi kini: Dedani kulaba bantu, nibayeke, ngokuba uma leli su nalo msebenzi kuvela kubantu, kuyakuchitheka; kepha uma kuvela kuNkulunkulu, aniyikuba namandla okubachitha, funa mhlawumbe nifunyanwe ningabalwayo noNkulunkulu.” Bamvumela-ke.

Порівняти

Дослідити IzEnzo 5:38-39

Безплатні плани читання та молитовні роздуми до IzEnzo 5

Попередній розділ
Наступний розділ
YouVersion

Заохочуємо та закликаємо вас шукати близькості з Богом щодня.

Служіння

Про YouVersion

Кар'єра

Стати волонтером

Блоґ

Преса

Корисні посилання

Допомога

Пожертвувати

Біблійні видання

Аудіо Біблії

Мови Біблії

Вірш дня


Цифрове служіння

Life.Church
English (US)

©2025 Life.Church / YouVersion

Політика конфіденційностіУмови
Програма виявлення вразливостей
FacebookTwitterInstagramYouTubePinterest

Головна

Біблія

Плани

Відео