1
NgokukaLuka 17:19
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Wayesethi kuye: “Sukuma uhambe; ukukholwa kwakho kukusindisile.”
ஒப்பீடு
NgokukaLuka 17:19 ஆராயுங்கள்
2
NgokukaLuka 17:4
Noma ekonela kasikhombisa ngosuku, abuyele kuwe kasikhombisa, ethi: ‘Ngiyaphenduka,’ womthethelela.”
NgokukaLuka 17:4 ஆராயுங்கள்
3
NgokukaLuka 17:15-16
Enye yawo isibona ukuthi iphulukisiwe, yabuya imdumisa uNkulunkulu ngezwi elikhulu, yawa ngobuso ngasezinyaweni zakhe imbonga; yayingumSamariya.
NgokukaLuka 17:15-16 ஆராயுங்கள்
4
NgokukaLuka 17:3
Xwayani nina. Uma umfowenu ona, mkhuze; uma ephenduka, mthethelele.
NgokukaLuka 17:3 ஆராயுங்கள்
5
NgokukaLuka 17:17
Kepha uJesu waphendula wathi: “Akuhlanjululwanga abayishumi na? Baphi, pho, abayisishiyagalolunye na?
NgokukaLuka 17:17 ஆராயுங்கள்
6
NgokukaLuka 17:6
Yayisithi iNkosi: “Uma beninokukholwa okungangenhlamvu yesinaphi, beningasho kulo mthombe: ‘Simbuka, utshaleke elwandle,’ ubuyakunilalela.
NgokukaLuka 17:6 ஆராயுங்கள்
7
NgokukaLuka 17:33
Ofuna ukuzuza ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho, kepha olahlekelwa yikho uyakukulondoloza.
NgokukaLuka 17:33 ஆராயுங்கள்
8
NgokukaLuka 17:1-2
Wayesethi kubafundi bakhe: “Kungeze kwenzeka ukuba kungaveli izikhubekiso; kodwa maye kulowo ezivela ngaye! Kungcono kuye ukuba itshe lokusila ligaxwe entanyeni yakhe, alahlwe elwandle, kunokuba akhubekise abe munye kulaba abancinyane.
NgokukaLuka 17:1-2 ஆராயுங்கள்
9
NgokukaLuka 17:26-27
“Njengokuba kwenzeka emihleni kaNowa, kuyakuba njalo nasemihleni yeNdodana yomuntu. Babedla, bephuza, beganwa, bendiswa, kwaze kwafika usuku uNowa angena ngalo emkhunjini, kwafika uzamcolo, wababhubhisa bonke.
NgokukaLuka 17:26-27 ஆராயுங்கள்
முகப்பு
வேதாகமம்
வாசிப்புத் திட்டங்கள்
காணொளிகள்