1
NgokukaLuka 16:10
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
“Othembekile kokuncinyane uthembekile nakokukhulu; ongalungile kokuncinyane kalungile nakokukhulu.
ஒப்பீடு
NgokukaLuka 16:10 ஆராயுங்கள்
2
NgokukaLuka 16:13
“Akukho nceku engakhonza amakhosi amabili, ngokuba kokunye iyakuzonda enye, ithande enye, noma ibambelele kwenye, iyeyise enye. Ningeze nakhonza uNkulunkulu noMamona.*”
NgokukaLuka 16:13 ஆராயுங்கள்
3
NgokukaLuka 16:11-12
Ngakho uma beningathembeki kokukaMamona* ongalungile, ubani oyakuniphathisa okuyikhonakhona na? Futhi uma beningathembeki kokomunye, ubani oyakuninika okungokwenu na?
NgokukaLuka 16:11-12 ஆராயுங்கள்
4
NgokukaLuka 16:31
“Kepha wathi kuso: ‘Uma bengalaleli uMose nabaprofethi, kabayikuvunyiswa, noma kuvuka umuntu kwabafileyo.’ ”
NgokukaLuka 16:31 ஆராயுங்கள்
5
NgokukaLuka 16:18
“Yilowo nalowo olahla umkakhe, aganwe ngomunye, uyaphinga; noganwa ngolahliwe yindoda uyaphinga.
NgokukaLuka 16:18 ஆராயுங்கள்
முகப்பு
வேதாகமம்
வாசிப்புத் திட்டங்கள்
காணொளிகள்