1
NgokukaJohane 5:24
IsiZulu 2020
“Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: olizwayo izwi lami, akholwe ngongithumileyo, unokuphila okuphakade. Akayi ekwehlulelweni, kepha udlulisiwe ekufeni, wangena ekuphileni.
Comparar
Explorar NgokukaJohane 5:24
2
NgokukaJohane 5:6
UJesu embona elele lapho, futhi azi ukuthi sekuyisikhathi eside egula, wathi kuye: “Uyathanda yini ukusinda na?”
Explorar NgokukaJohane 5:6
3
NgokukaJohane 5:39-40
Nihlola imibhalo ngokuba nicabanga ukuthi kuyo nizothola ukuphila okuphakade, kanti-ke yiyo efakaza ngami. Kepha anifuni ukuza kimi ukuze nibe nokuphila.
Explorar NgokukaJohane 5:39-40
4
NgokukaJohane 5:8-9
UJesu wathi kuye: “Sukuma, uthathe uhlaka lwakho, uhambe.” Umuntu wasinda ngaleso sikhathi, wayesethatha uhlaka lwakhe, wahamba.
Explorar NgokukaJohane 5:8-9
5
NgokukaJohane 5:19
Ngakho-ke uJesu waphendula, wathi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: iNdodana ingenze lutho ngokwayo, ngaphandle kwalokho ekubona kwenziwa nguYise, ngokuba lokho akwenzayo Yena, neNdodana iyakwenza kanjalo.
Explorar NgokukaJohane 5:19
Início
Bíblia
Planos
Vídeos