1
NgokukaJohane 13:34-35
IsiZulu 2020
“Ngininika umyalo omusha wokuba nithandane; njengalokhu nginithandile, nani-ke thandanani. Ngalokho bonke abantu bayakukwazi ukuthi ningabafundi bami uma nithandana.”
Comparar
Explorar NgokukaJohane 13:34-35
2
NgokukaJohane 13:14-15
Uma Mina, iNkosi noMfundisi, ngigeze izinyawo zenu, nani-ke kufanele nigezane izinyawo. Ngokuba ngininikile isibonelo sokuba nani nenze njengalokhu ngenzile kini.
Explorar NgokukaJohane 13:14-15
3
NgokukaJohane 13:7
UJesu waphendula, wathi kuye: “Engikwenzayo manje awukwazi, kodwa uzakuqonda emva kwalokhu.”
Explorar NgokukaJohane 13:7
4
NgokukaJohane 13:16
Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: isisebenzi kasingaphezulu komqashi waso, nothunyiweyo akangaphezulu komthumileyo.
Explorar NgokukaJohane 13:16
5
NgokukaJohane 13:17
Uma nikwazi lokhu, nibusisiwe nxa nikwenza.
Explorar NgokukaJohane 13:17
6
NgokukaJohane 13:4-5
Wasukuma esidlweni, wabeka izingubo zakhe, wathatha ithawula, walibopha okhalo. Wayesethela amanzi emcengezini, waqala ukugeza abafundi bakhe izinyawo, ezesula ngethawula ayelibophele okhalo.
Explorar NgokukaJohane 13:4-5
Início
Bíblia
Planos
Vídeos