Futhi nxa nizila ukudla, ningabi njengabazenzisi, ubuso obudangeleyo, ngokuba banyakamisa ubuso babo, ukuze babonakale kubantu ukuthi bazilile. Ngiqinisile ngithi kini: Sebewutholile umvuzo wabo.
Kepha wena, nxa uzila, gcoba ikhanda lakho, ugeze ubuso bakho;
ukuze ungabonakali kubantu ukuthi uzilile, kodwa kuYihlo osekusithekeni