1
Marku 16:15
Baasraak Zulu New Testament Bible
Wathi kubo: “Hambani niye ezweni lonke, nishumayele ivangeli kukho konke okudaliweyo.
비교
Marku 16:15 살펴보기
2
Marku 16:17-18
Lalezizibonakaliso zizakubalandela abakholwayo; Ngegama lami bayokhipha amademoni; bayakukhuluma ngezilimi ezintsha; Bayakuphatha izinyoka; futhi uma bephuza okubulalayo, akusoze kwabalimaza; bayakubeka izandla phezu kwabagulayo, futhi bayakusinda.
Marku 16:17-18 살펴보기
3
Marku 16:16
Okholwayo abhapathizwe uyakusindiswa; kodwa ongakholwayo uyakulahlwa.
Marku 16:16 살펴보기
4
Marku 16:20
Base bephuma, bashumayela ezindaweni zonke, iNkosi isebenza nabo, iqinisa izwi ngezibonakaliso ezilandelayo. Amen.
Marku 16:20 살펴보기
5
Marku 16:6
Wathi kubo: “Ningethuki; nifuna uJesu waseNazaretha obebethelwe esiphambanweni; kakho lapha; bhekani indawo lapho ababembeke khona.
Marku 16:6 살펴보기
6
Marku 16:4-5
Sebebheka, babona ukuthi itshe seligingqiwe, ngokuba lalilikhulu kakhulu. Sebengena ethuneni, babona insizwa ihlezi ngakwesokunene yembethe ingubo ende emhlophe; besaba.
Marku 16:4-5 살펴보기
홈
성경
묵상
동영상