1
Luka 15:20
Baasraak Zulu New Testament Bible
Yasuka, yaya kuyise. Kuthe isekude, uyise wayibona, waba nesihe, wagijima, wawa entanyeni yakhe, wayanga.
비교
Luka 15:20 살펴보기
2
Luka 15:24
Ngokuba le ndodana yami ibifile, isiyaphila futhi; ubelahlekile, usetholakele. Basebeqala ukujabula.
Luka 15:24 살펴보기
3
Luka 15:7
Ngithi kini: Kanjalo kuyakuba khona ukuthokoza ezulwini ngesoni sisinye esiphendukayo, kunabalungileyo abangamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye abangadingi kuphenduka.
Luka 15:7 살펴보기
4
Luka 15:18
Ngiyakusuka, ngiye kubaba, ngithi kuye: Baba, ngonile kulo izulu naphambi kwakho
Luka 15:18 살펴보기
5
Luka 15:21
Indodana yathi kuye: ‘Baba, ngonile kulo izulu naphambi kwakho, angisafanele ukuthiwa indodana yakho.’
Luka 15:21 살펴보기
6
Luka 15:4
Ngumuphi umuntu kini onezimvu eziyikhulu, kuthi uma elahlekelwa ngenye yazo, angazishiyi ezingamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye ehlane, alandele elahlekileyo, aze ayithole, na?
Luka 15:4 살펴보기
홈
성경
묵상
동영상