1
Mathewu 18:20
Baasraak Zulu New Testament Bible
Ngokuba lapho kubuthene ababili noma abathathu egameni lami, ngikhona lapho phakathi kwabo.
比較
Mathewu 18:20で検索
2
Mathewu 18:19
Futhi ngithi kini: Uma ababili kini emhlabeni bevumelana nganoma yini abangayicela, bayakuyenzelwa nguBaba osezulwini.
Mathewu 18:19で検索
3
Mathewu 18:2-3
UJesu wayesebizela kuye umntwana, wammisa phakathi kwabo. Wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Uma ningaphenduki, nibe njengabantwana abancane, anisoze nangena embusweni wezulu.
Mathewu 18:2-3で検索
4
Mathewu 18:4
Ngakho-ke yilowo nalowo oyakuzithoba njengalo mntwana nguye omkhulu embusweni wezulu.
Mathewu 18:4で検索
5
Mathewu 18:5
Nalowo owemukela umntwana omncane onje ngegama lami uyangamukela mina.
Mathewu 18:5で検索
6
Mathewu 18:18
Ngiqinisile ngithi kini: Konke eniyakukubopha emhlabeni koba kuboshiwe ezulwini, nakho konke eniyakukukhulula emhlabeni koba kukhululiwe nasezulwini.
Mathewu 18:18で検索
7
Mathewu 18:35
Kanjalo noBaba osezulwini uyakwenza kini, uma ningathetheleli yilowo nalowo umfowabo iziphambeko zakhe ngezinhliziyo zenu.
Mathewu 18:35で検索
8
Mathewu 18:6
Kodwa okhubekisa abe munye kulaba abancinyane abakholwa kimi, kungcono kuye ukuthi itshe lokuchola ligaxwe entanyeni yakhe, acwiliswe ekujuleni kolwandle.
Mathewu 18:6で検索
9
Mathewu 18:12
Nicabangani? Uma umuntu enezimvu eziyikhulu, kuduke enye kuzo, akazishiyi ezingamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye, aye ezintabeni, afune edukileyo?
Mathewu 18:12で検索
ホーム
聖書
読書プラン
ビデオ