1
NgokukaLuka 14:26
IsiZulu 2020
“Uma umuntu eza kimi, kepha engamdeli uyise, unina, umkakhe, abantwana, abafowabo, odadewabo, ngisho nokuphila kwakhe imbala, ngeke abe ngumfundi wami.
Usporedi
Istraži NgokukaLuka 14:26
2
NgokukaLuka 14:27
Nalowo ongathwali isiphambano sakhe, angilandele, ngeke abe ngumfundi wami.
Istraži NgokukaLuka 14:27
3
NgokukaLuka 14:11
Ngokuba bonke abaziphakamisayo bayakuthotshiswa; nozithobayo uyakuphakanyiswa.”
Istraži NgokukaLuka 14:11
4
NgokukaLuka 14:33
Kanjalo-ke yilowo nalowo kini ongakudeli konke anakho, ngeke abe ngumfundi wami.
Istraži NgokukaLuka 14:33
5
NgokukaLuka 14:28-30
“Ngokuba ngubani kini ongathi efuna ukwakha umbhoshongo, angaqali ahlale phansi, abale izindleko ukuthi unakho yini okokuwuqeda na? Funa kuthi lapho esebeke isisekelo, bese engabi namandla okuwuqeda, kuthi bonke abakubonayo lokho, baqale ukumbhuqa, bathi: ‘Lo muntu waqala ukwakha kodwa kakwazanga ukuqeda.’
Istraži NgokukaLuka 14:28-30
6
NgokukaLuka 14:13-14
Kepha uma wenza idili, mema abampofu, abakhubazekileyo, izinyonga, nezimpumputhe; uyakubusiswa, ngokuba abananto yokukubuyisela, kepha uyakuthola umvuzo ekuvukeni kwabalungileyo.”
Istraži NgokukaLuka 14:13-14
7
NgokukaLuka 14:34-35
“Usawoti muhle, kepha uma usawoti usuduma, uyakuyoliswa ngani na? Awusakufanele ngisho ukusetshenziswa emhlabathini nasemqubeni, kepha ukuba ulahlwe ngaphandle. Onezindlebe zokuzwa makezwe.”
Istraži NgokukaLuka 14:34-35
Početna
Biblija
Planovi
Videozapisi