1
AmaHubo 112:7
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Akesabi imibiko emibi; inhliziyo yakhe iqinile, iyethemba uJehova.
Comparar
Explorar AmaHubo 112:7
2
AmaHubo 112:1-2
Haleluya! Ubusisiwe umuntu omesabayo uJehova, othokoza kakhulu ngemithetho yakhe. Inzalo yakhe iyakuba namandla emhlabeni; isizukulwane sabaqotho siyakubusiswa.
Explorar AmaHubo 112:1-2
3
AmaHubo 112:8
Imisekile inhliziyo yakhe, ayesabi, aze azibuke izitha zakhe ziphansi.
Explorar AmaHubo 112:8
4
AmaHubo 112:4
Kuyabaphumela abalungileyo ukukhanya ebumnyameni: umusa, nobubele, nokulunga.
Explorar AmaHubo 112:4
5
AmaHubo 112:5
Umuntu omuhle nguye onomusa, otshelekayo, esekela izindaba zakhe ngokulunga.
Explorar AmaHubo 112:5
6
AmaHubo 112:6
Ngokuba akayikugudluka kuze kube phakade; olungileyo uyakukhunjulwa kuze kube phakade.
Explorar AmaHubo 112:6
Inicio
Biblia
Planes
Videos