1
AmaHubo 106:1
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Haleluya! Bongani uJehova, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.
Comparar
Explorar AmaHubo 106:1
2
AmaHubo 106:3
Babusisiwe abaqaphela ukwahlulela kwakhe, owenza ukulunga ngezikhathi zonke.
Explorar AmaHubo 106:3
3
AmaHubo 106:4-5
Ngikhumbule, Jehova, ngomusa onawo kubantu bakho, ungihambele ngensindiso yakho, ukuze ngibone inhlanhla yabakhethiweyo bakho, ngithokoze ngentokozo yesizwe sakho, ngizibonge kanye nefa lakho.
Explorar AmaHubo 106:4-5
Inicio
Biblia
Planes
Videos