1
AmaHubo 103:2
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Mbonge uJehova, mphefumulo wami, ungakhohlwa imisebenzi yonke yakhe yomusa
Comparar
Explorar AmaHubo 103:2
2
AmaHubo 103:3-5
yena othethelela zonke izono zakho, owelapha zonke izifo zakho; okhulula ukuphila kwakho ekubhujisweni, okuqhelisa ngomusa nangobubele; osuthisa ukulangazela kwakho ngokuhle, ubusha bakho bubuyiswe njengokhozi.
Explorar AmaHubo 103:3-5
3
AmaHubo 103:1
Mbonge uJehova, mphefumulo wami; konke okuphakathi kwami makubonge igama lakhe elingcwele.
Explorar AmaHubo 103:1
4
AmaHubo 103:13
Njengoyise ehawukela abantwana bakhe, kanjalo uJehova uyabahawukela abamesabayo.
Explorar AmaHubo 103:13
5
AmaHubo 103:12
Njengokuba impumalanga yahlukene nentshonalanga, udedisile kangaka kithi iziphambeko zethu.
Explorar AmaHubo 103:12
6
AmaHubo 103:8
UJehova unobubele nesihawu; wephuza ukuthukuthela, kuvama umusa.
Explorar AmaHubo 103:8
7
AmaHubo 103:10-11
Akasiphathi njengokufanele izono zethu, akasivuzi njengokwamacala ethu. Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba unjalo umusa wakhe phezu kwabamesabayo.
Explorar AmaHubo 103:10-11
8
AmaHubo 103:19
UJehova umisile isihlalo sakhe sobukhosi ezulwini; nombuso wakhe ubusa phezu kwakho konke.
Explorar AmaHubo 103:19
Inicio
Biblia
Planes
Videos