ইউভার্শন লোগো
সার্চ আইকন

Marko 8

8
1Ngezinsuku zona rezo, lapo kadi kukona njaro itshicuku etshikuru, babenge nakudhla, wababiza kuye abafundi bake, 2wati kubo, Nihankela itshicuku, kuba bahlala nami izinsuku se zitatu, benge nakudhla: 3ngati nibamukisa ekaya labo belambile, bayakuwa endhleleni; abanye balabo bavera kudeni. 4Abafundi bake bampendula, bati, Umuntu angatatapi ukusutisa onke amadoda wona lawo nezinkwa lapa endaweni yolubala na? 5Wababuza, Munezinkwa zingaki na? 6Bati, Zihlanu nezimbiri. Watshela itshicuku tshihlale pansi emhlabatini: watata izinkwa ezihlanu nezimbiri, seebongile, wahlepuna, wabapa abafundi bake, ukuba bazibeke pambiri kwabo; bazibeka pambiri kwe tshicuku. 7Kadi banezinhlanzana ezincinyane: seebongile, watshela ukuzibeka nazo pambiri kwabo. 8Badhla, basuta: babuta izimvuturuka eziseleyo izitundu ezihlanu nezimbiri. 9Kadi bangati amazonsan amane: wabamukisa. 10Masinyane wangena emkunjini kanye nabafundi bake, wabuya emarageni ase Dalmanuta.
11Aba Farisi bapuma, baqala ukumbuza, befuna kuye itshibonakaliso tshasezulwini, bemlinga. 12Wabubula kakuru emoyeni wake, wati, Yini na ukuba itshizukulwana letshi tshifuna itshibonakaliso? Niqinisile niti ku lina, Akuyi kupiwa itshibonakaliso etshizukulwaneni letshi. 13Wabatshiya wangena njaro emkunjini waya ngapetsheya.
14Bakohlwa ukutata itshinkwa; kadi bange natsho emkunjini kupera itshinkwa tshinye. 15Wabatshela eti, Lalelani, hlakaniperani imvubelo yaba Farisi nemvubelo ka Herode. 16Balinganisa pakati kwabo, beti, Utsho ngokuba atinatshinkwa. 17U Yesu ekwazi loku wati kubo, Mulinganisani, kuba amunatshinkwa na? Amukazwi, amukaqondi na? Inhliziyo yenu ise lukuni na? 18Munamehlo amuboni na? munezindhlebe amuzwi na? amukumbuli na? 19Lapo nahlepuna izinkwa ezihlanu pakati kwa mazousan amahlanu, mwabuta izitundu zezimvuturuka zingaki na? Bati kuye, Zitshumi nezimbiri. 20Nalapo ezihlanu nezimbiri pakati kwamazousan amane, mwabuta izitundu zezimvuturuka zingaki na? 21Bati kuye, Zihlanu nezimbiri. Wati kubo, Amukaqondi karoku na?
22Bafika e Betsayida. Baleta kuye umuntu ovimbeke amehlo, bamncenga ukuba ampate. 23Wabamba ngetshandhla umuntu ovimbeke amehlo, wamhambisa ngapandhle komuzi: lapo wakafurera amate emehlweni ake, na lapo wabeka izandhla zake pezu kwake, wambuza, Uyabona luto na? 24Wabeka pezulu wati, Niyabona abantu; kuba niyababona njengemiti behamba. 25Wapinda wabeka izandhla zake emehlweni ake: wabekisisa, wasindiswa, wabona kahle izinto zonke. 26Wammukisa ekaya lake, eti, Ungangeni nasemuzini.
27U Yesu wapuma, nabafundi bake, waya emizini yase Kesareya Filipu: esendhleleni wababuza abafundi bake, wati kubo, 28Abantu batini, ukuti ningubani na? Bamtshela bati, U Yohane um Bapatizi: abanye bati, u Eliya; kodwa abanye bati, Munye wabaprofeti. 29Wababuza, Po! lina mutini ukuti ningubani na? U Petros wapendula wati kuye, Ungu Kristu. 30Wabalayeza ukuba bangatsheli umuntu ngaye. 31Waqala ukubafundisa ngokuti, kufanele ukuba i Ndodana yomuntu ihlutshwe kakuru, iyariwe ngabadala, nabapriste abakuru, nababali, ibulawe, ivuke njaro emuva kwezinsuku zitatu. 32Wakuruma lelozwi epumisela. U Petros wamtata waqala ukumkuza. 33Kodwa wapenduka wabona abafundi bake, wamkuza u Petros, wati, Suka emuva kwami, Satana: kuba auqondi izinto zika Mlungu, kodwa izinto zabantu. 34Wabiza kuye itshicuku kanye nabafundi bake, wati kubo, Ngati kukona otanda ukunilandela, kaziyare yedwa, atshitate itshipambano tshake anilandele. 35Kuba royo otanda ukusindisa umoya wake, uyakuwulahla: na royo oyakuwulahlera umoya wake ngami nangevangeli uyakuwusindisa. 36Kuyakumsizani umuntu ukutora izwe louke ugati ulahla umoya wake na? 37Kuba umuntu angatenga yini ngomoya wake na? 38Kuba yena royo oyakuba nezinhloni ngami nangamazwi ami etshizukulwaneni retshi, etshipingayo etshiyonayo, i Ndodana yomuntu nayo iyakuba nezinhloni ngaye lapo izayo ebukosini ka Yise kanye nezingelosi ezikanyileyo.

বর্তমানে নির্বাচিত:

Marko 8: NG1898

হাইলাইট

শেয়ার

কপি

None

Want to have your highlights saved across all your devices? Sign up or sign in