YouVersion Logo
Search Icon

Marko 10

10
1Wasuka rapo, waya emarageni ase Yudeya nangapetsheya kwe Yordan izicuku zabutana kuye njaro; njengokwenza kwake, wabafundisa njaro. 2Kwabuya kuye aba Farisi, bembuza, Kuvunyelwe ukuba umuntu ammukise umfazi wake na? bemlinga. 3Wapendula wati kubo, U Moses watshela lina yini na? 4Bati, U Moses wavumera ukuba kulotshwe incwadi yokwahlukaniswa amukiswe. 5Kodwa u Yesu wati kubo, Ngobulukuni benhliziyo yenu walobela lina umlayo lowo. 6Kodwa ekuqaleui kokudabuka, Umlisa nomfazi wabayenza bona. 7Ngetshisusa retshi, umuntu uyakutshiya uyise nonina, anamatere kumfazi wake: 8labo bobabiri babe inyama inye: kunjaro abase ngababiri, ba inyama inye. 9Loko akuhlanganisa u Mlungu, kayekere umuntu ukuyahlukanisa. 10Endhlini abafundi bake bambuza njaro ngalendaba. 11Wati kubo, Yena royo oyakumukisa umfazi wake, atate omunye, uyapingera kuye; 12ngati umfazi amukise indoda yake, agane eyinye, uyapinga.
13Baleta kuye abantwana abancinyane, ukuba abapate; abafundi bake babakuza. 14Kodwa u Yesu, lapo wakubona loku watukutela, wati kubo, Vumerani abantwana abancinyane babuye ku mina: mungabanqabeli: kuba umbuso ka Mlungu ngowabanje. 15Niqinisile niti ku lina, Yena royo ongayamkeli umbuso ka Mlungu njengo mntwana omncinyane, akayi kungena kuwo. 16Wabasingata, wababusisa, ebeka izindhla zake pezu kwabo.
17Esapuma, eya endhleleni, kwagijimera omunye kuye, waguqa kuye, wambuza, Mfundisi olungileyo, niya kuyenzani ukuba nitore ukupila okungaperiyo na? 18U Yesu wati kuye, Unibizerani uti nilungile na? kako olungileyo kupera munye, u Mlungu. 19Uyazi imilayo, Ungabulali, Ungapingi, Ungayibi, Ungaqambeli amanga, Ungayengi, Dumisa uyihlo nonyoko. 20Wati kuye, Mfundisi, nikubambile konke loko nisemncinyane. 21U Yesu embeka wamtanda, wati kuye, Into inye ulibele ngayo; hamba, utengise konke onako, ubape abayanga, uyakuba nemfuyo ezulwini: ubuye, unilandele. 22Kodwa ubuso wake wanyukumala ngalelozwi, wamuka edabukile: kuba kadi unemfuyo eyiningi.
23U Yesu waqalaza, wati ku bafundi bake, Kulukuni kangaka ukuba abanemfuyo bangene embusweni ka Mlungu! 24Abafundi bamangara ngamazwi ake. Kodwa u Yesu wapendula njaro wati kubo, Bantwana, kulukuni kangaka, ukuba labo abatembera emfuyeni bangene embusweni ka Mlungu! 25Kulula ukuba igamila lidabule iso losungulu, kunokuba umuntu ofuyileyo angene embusweni ka Mlungu. 26Bamangara kakuru, bati kuye, Po! ubani ongasindiswayo na? 27U Yesu ebabeka, wati, Kubantu kungeyenzeke, kodwa akunjaro ku Mlungu: kuba ku Mlungu konke kungayenzeka. 28U Petros waqala ukutsho kuye, Beka, Tina titshivile konke, tikulandele. 29U Yesu wati, Akuko muntu otshiyile indhlu, nabafo wabo, nabodade wabo, uonina, noyise, nabantwana, namazwe, ngami, nangevangeli, 30ongayikuyamkela kuyengezelwe ngelikuru karoku namuhla, ukuti izindhlu, nabafo wabo, nabodade wabo, nonina, nabantwana, namazwe, kanye nezinkatazo: nasezweni elizayo ukupila okungaperiyo. 31Kodwa abaningi aba pambiri bayakuba emuva: na labo abasemuva babe pambiri.
32Kadi basendhleleni ukuya e Yerusalem; u Yesu wahamba pambiri kwabo: bamangara; labo abalandela basaba. Watata njaro aba itshumi nababiri, waqala ukubatshela izinto zona rezo, eziyakumehlela, 33eti, Bekani, tikupukela tiya e Yerusalem: i Ndodana yomuntu iyakunikerwa ku bapriste abakuru na babali; bayakuyilahla ukuba ibulawe, bayinikere ku Bazizwe: 34bayihleke, bayikafurere amate, bayitshaye, bayibulale; emuva kwezinsuku zitatu iyakuvuka njaro.
35Kwasondera kuye u Yakobe na Yohane, abantwana baka Zebediya, bati kuye, Mfundisi, titanda ukuba utiyenzere loko etiyakukucela kuwe. 36Wati kubo, Mutanda ukuba niliyenzereni na? 37Bati kuye, Tipe ukuba tihlale, omunye ngasetshandhleni tshako tshokunene, nomunye ngasetshandhleni tshako tshokohlo, ebukosini bako. 38Kodwa u Yesu wati kubo, Amuyazi loko emukucelayo. Munamandhla ukupuza ngendebe enizakupuza ngayo na? mubapatizwe ngokubapatizma enizakubapatizwa ngako na? 39Bati kuye, Tinamandhla. U Yesu wati kubo, Ngendebe enizakupuza ngayo muyakupuza ngayo; mubapatizwe ngokubapatizma enizakubapatizwa ngako: 40kodwa ukuhlala ngasetshandhleni tshami tshokunene, nangasetshandhleni tshami tshokohlo, kasiko okwami ukupa: kodwa kukona ku labo abakulungiserweyo. 41Lapo aba itshumi bazwa loku, baqala ukutukutela nabo u Yakobe no Yohane. 42U Yesu wababizera kuye, wati kubo, Muyazi ukuti labo abayimiswa ukubusa Abezizwe, babusa ngamandhla pezuru kwabo; nabakuru babo bapata amandhla pezuru kwabo. 43Kodwa akunjaro pakati kwenu: kodwa yena royo otanda ukuba mkuru pakati kwenu, kabe umkonzi wenu: 44na royo otanda ukuba pambiri pakati kwenu, kabe umufo wabo bonke. 45Kuba i Ndodana yomuntu kambe aizanga ukukonzwa, yeza ukukonza, no kunika ukupila kwake kube inhlaulelo ya baningi.
46Bafika e Yeriko: esapuma e Yeriko, kanye nabafundi bake netshicuku etshikuru, indodana ka Timeyu, u Bartimeyu, umceli ovimbeke amehlo, kadi uhlezi ngasendhleleni. 47Lapo wazwa ukuti, ngu Yesu wase Nazarete, waqala ukumemeza, eti, Yesu, Ndodana ka Davide, nihaukele. 48Baningi bamkuza, ukuba atule: kodwa wamemeza kakuru, Ndodana ka Davide, nihaukele. 49U Yesu wayima, wati, Mbizeni. Babiza umuntu ovimbeke amehlo, bati kuye, Tokoza: vuka, uyabiza wena. 50Yena, elahla ukuyambata kwake, wasuka, waya ku Yesu. 51U Yesu wampendula wati, Utanda ukuba nikuyenzereni na? Umuntu ovimbeke amehlo wati kuye, Raboni, ukuba niyamkere ukubona kwami. 52U Yesu wati kuye, Hamba: ukutemba kwako kusindisile wena. Masinyane wayamkera ukubona kwake, wamlandera endhleleni.

Currently Selected:

Marko 10: NG1898

Highlight

Share

Copy

None

Want to have your highlights saved across all your devices? Sign up or sign in