YouVersion Logo
Search Icon

NgokukaMarku 14:12, 13, 15, 16, 17, 18, 19, 20, 21, 22, 23, 24, 25, 26, 27, 28, 29, 30, 31, 32, 33, 34, 35, 36, 37, 38, 39, 40, 41, 42, 43, 44, 45, 46, 47, 48, 49, 50, 51, 52

NgokukaMarku 14:17 ZUL59

Kusihlwa wafika nabayishumi nambili.

NgokukaMarku 14:19 ZUL59

Baqala ukudabuka, bathi kuye ngamunye: “Kungaba yimi na?”

NgokukaMarku 14:20 ZUL59

Wathi kubo: “Ngomunye wabayishumi nambili, okha kanye nami esitsheni.

NgokukaMarku 14:23 ZUL59

Wayesethabatha isitsha, wabonga, wabanika; baphuza kuso bonke.

NgokukaMarku 14:26 ZUL59

Kwathi sebehlabelele igama lokubonga, baphuma baya eNtabeni Yeminqumo.

NgokukaMarku 14:28 ZUL59

Kepha emva kokuvuswa kwami ngiyakunandulela ukuya eGalile.”

NgokukaMarku 14:29 ZUL59

UPetru wathi kuye: “Noma beyakukhubeka bonke, hhayi mina.”

NgokukaMarku 14:33 ZUL59

Wathatha oPetru noJakobe noJohane, waqala ukuba novalo nosizi.

NgokukaMarku 14:39 ZUL59

Wabuye wasuka waya kukhuleka, esho lona lelo zwi.

NgokukaMarku 14:42 ZUL59

Sukumani sihambe. Bhekani, ongikhaphelayo usesondele.”

NgokukaMarku 14:45 ZUL59

Esefikile wasondela kuye masinyane, wathi: “Rabi!” Wamanga.

NgokukaMarku 14:46 ZUL59

Base bembeka izandla, bambamba.

NgokukaMarku 14:50 ZUL59

Bamshiya bonke, babaleka.

NgokukaMarku 14:51 ZUL59

Insizwa ethile yamlandela yembethe indwangu nje emzimbeni; bayibamba.

NgokukaMarku 14:52 ZUL59

Yayisiyishiya indwangu, yabaleka ze.

YouVersion uses cookies to personalize your experience. By using our website, you accept our use of cookies as described in our Privacy Policy