I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

KwabaseRoma 12:9-19

KwabaseRoma 12:9-19 - Uthando malungabi nakuzenzisa; nenyanye okubi, nibambelele kokuhle; thandanani ngenhliziyo ngothando lobuzalwane; ekwazisaneni nandulelane; ekukhuthaleni ningenqeni, nivuthe emoyeni, nikhonze iNkosi; ethembeni nithokoze; osizini nibekezele; ekukhulekeni niqinisele njalo; hlanganyelani nabangcwele ekusweleni kwabo, nikhuthalele ukungenisa izihambi.
Babusiseni abanizingelayo; busisani, ningaqalekisi. Thokozani nabathokozayo, nikhale nabakhalayo. Manibe nhliziyonye; ningazindli okuphakemeyo, kodwa yaneliswani ngokuphansi. Ningazishayi abahlakaniphileyo.
Ningaphindiseli muntu okubi ngokubi; nakani okuhle phambi kwabantu bonke; uma kungenzeka, ngokwenu hlalisanani ngokuthula nabantu bonke; ningaziphindiseli nina bathandwa, kodwa dedelani ulaka, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Ngokwami ukuphindisela, ngiyakubuyisela mina,” isho iNkosi.

Uthando malungabi nakuzenzisa; nenyanye okubi, nibambelele kokuhle; thandanani ngenhliziyo ngothando lobuzalwane; ekwazisaneni nandulelane; ekukhuthaleni ningenqeni, nivuthe emoyeni, nikhonze iNkosi; ethembeni nithokoze; osizini nibekezele; ekukhulekeni niqinisele njalo; hlanganyelani nabangcwele ekusweleni kwabo, nikhuthalele ukungenisa izihambi. Babusiseni abanizingelayo; busisani, ningaqalekisi. Thokozani nabathokozayo, nikhale nabakhalayo. Manibe nhliziyonye; ningazindli okuphakemeyo, kodwa yaneliswani ngokuphansi. Ningazishayi abahlakaniphileyo. Ningaphindiseli muntu okubi ngokubi; nakani okuhle phambi kwabantu bonke; uma kungenzeka, ngokwenu hlalisanani ngokuthula nabantu bonke; ningaziphindiseli nina bathandwa, kodwa dedelani ulaka, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Ngokwami ukuphindisela, ngiyakubuyisela mina,” isho iNkosi.

KwabaseRoma 12:9-19

KwabaseRoma 12:9-19
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo