AmaHubo 139:13-17
![AmaHubo 139:13-17 - Ngokuba wena uzenzile izinso zami,
wangaluka esiswini sikamame.
Ngiyakukubonga,
ngokuba ngenziwa ngokwesabekayo nangokumangalisayo;
imisebenzi yakho iyamangalisa;
umphefumulo wami uyakwazi kahle.
Amathambo ami ayengafihlekile kuwe,
lapho ngenziwa ekusithekeni,
ngibunjwa ezindaweni ezijulileyo zomhlaba.
Amehlo akho angibona ngiseyihlule;
zonke izinsuku zami zalotshwa encwadini yakho,
zanqunywa, lungakafiki nolulodwa kuzo.
Imicabango yakho, Nkulunkulu, ingamagugu kimi;
bukhulu kangaka ubuningi bayo.](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2F320x320%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fstatic-youversionapi-com%2Fimages%2Fbase%2F69754%2F1280x1280.jpg&w=640&q=75)
Ngokuba wena uzenzile izinso zami, wangaluka esiswini sikamame. Ngiyakukubonga, ngokuba ngenziwa ngokwesabekayo nangokumangalisayo; imisebenzi yakho iyamangalisa; umphefumulo wami uyakwazi kahle. Amathambo ami ayengafihlekile kuwe, lapho ngenziwa ekusithekeni, ngibunjwa ezindaweni ezijulileyo zomhlaba. Amehlo akho angibona ngiseyihlule; zonke izinsuku zami zalotshwa encwadini yakho, zanqunywa, lungakafiki nolulodwa kuzo. Imicabango yakho, Nkulunkulu, ingamagugu kimi; bukhulu kangaka ubuningi bayo.
AmaHubo 139:13-17