IzAga 9:9-12
![IzAga 9:9-12 - Siphe isihlakaniphi,
siyakwanda ngokuhlakanipha;
fundisa olungileyo,
uyakwenezela emfundweni.
“Ukuqala kokuhlakanipha kungukumesaba uJehova,
nokumazi oNgcwele kungukuqonda.
Ngokuba ngami izinsuku zakho ziyakuba ziningi,
neminyaka yokuphila kwakho iyakwenezelwa kuwe.
Uma uhlakaniphile, uzihlakaniphele;
uma udelela,
uyakukuthwala wena wedwa.”](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2F320x320%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fstatic-youversionapi-com%2Fimages%2Fbase%2F63441%2F1280x1280.jpg&w=640&q=75)
Siphe isihlakaniphi, siyakwanda ngokuhlakanipha; fundisa olungileyo, uyakwenezela emfundweni. “Ukuqala kokuhlakanipha kungukumesaba uJehova, nokumazi oNgcwele kungukuqonda. Ngokuba ngami izinsuku zakho ziyakuba ziningi, neminyaka yokuphila kwakho iyakwenezelwa kuwe. Uma uhlakaniphile, uzihlakaniphele; uma udelela, uyakukuthwala wena wedwa.”
IzAga 9:9-12